Best online shop

No returns.

Best price guarantee

Vusumuzikayise

R370.00

Available:
  • RRP: R370.00

  • Book Size & Pages: A5 – 270 pages

  • Language: isiZulu

  • Genre: Novel

  • ISBN: 978-1-0672357-3-4

Delivery: 10–14 workdays

No returns.

Book Details:

  • RRP: R370.00

  • Book Size & Pages: A5 – 270 pages

  • Language: isiZulu

  • Genre: Novel

  • ISBN: 978-1-0672357-3-4

IsiZulu:
Le ndaba imayelana nendodana uVusumuzikayise, insizwa engakayigani kodwa ekhuthazwa ukuba ivuse umuzi wakubo. Uyiselulekwa ukuthi isikhathi siyabaluleka, futhi uma indoda ingasisebenzisi kahle, izosola ingaphansi komhlaba. Uyatshelwa ukuthi ukuphila yedwa akusilo ipilo yamadoda ngoba impilo iyashesha ukushabala njengamazolo. Ucelwa ukuba athathe umlobokazi ohlakaniphile, owaziyo ukunakekela ikhaya, ukuze avuse igama likayise futhi ajabulise unina obutaka. Ukuthatha umakoti kuyingxenye yokukhulisa isibongo nokwakha ikusasa elizinzile.

English:
This story is about a young man, Vusumuzikayise, who has not yet married but is encouraged to rebuild his family home. He is advised that time is precious, and if a man wastes it, he will regret it even in death. He is told that living alone is not a man’s destiny, for life fades quickly like morning dew. He is urged to marry a wise woman who can care for a home, so that he may restore his father’s name and bring joy to his ailing mother. Taking a wife, he is reminded, is part of continuing the family legacy and building a stable future.

About the Author (IsiZulu):
U-Abednigo Bulelani Dladla wazalwa edolobheni lasePort Shepstone, endaweni yaseOshabeni, esigodini saseSithebeni ngaphansi kobuholi beNkosi uLushaba. Ngesikhathi eneminyaka emithathu kuphela ubudala, umndeni wakhe wathuthela futhi wazinza eMpakameni, nayo endaweni yaseOshabeni, lapho akhulela khona. Waqala ukufunda kwakhe eCophela Primary School, kodwa ngo-2011 impilo yakhe yashintsha ngesikhathi ehlaselwa isifo sohlangothi eseneminyaka emincane kakhulu. Kamuva waqhubeka nezifundo zakhe eMbalencane C.P. School, wabe esedlulela eDuduzile J.S.S. lapho aqhubeka khona nezifundo zamabanga aphakathi. UBulelani waphothula i-matric yakhe eMangquzuka High School. Wathola uthando lokubhala ngonyaka ka-2019.

About the Author (English):
Abednigo Bulelani Dladla was born in the town of Port Shepstone, in the area of Oshabeni, within the Sithebeni valley under the leadership of Chief Lushaba. When he was only three years old, his family moved and settled in Mpakameni, also in Oshabeni, where he grew up. He began his early schooling at Cophela Primary School, but in 2011, his life changed when he suffered a stroke while still a very young boy. He later continued his primary education at Mbalencane C.P. School and completed his junior secondary studies at Duduzile J.S.S. Bulelani completed his matric at Mangquzuka High School. He developed a love for writing in 2019.

Reviews

Be the first to review “Vusumuzikayise”

Your email address will not be published. Required fields are marked *